Gospel Music Sipho Makhabane – Ngiyamemeza

Sipho Makhabane – Ngiyamemeza

Download Ngiyamemeza Mp3 Audio by

This song is birthed and was performed by the renowned South African Pastor,Β Sipho Ngwenya, as it is titled ”Ngiyamemezaβ€œ, and was released inΒ 2007. This beautiful song, accompanied by a stunning music video, audio, and lyrics, is sure to captivate listeners of all ages. Don't miss out on this beautiful musical experience.

Artist Name:
Mp3 Song Title:Ngiyamemeza
Produced by:Ringo Mkhari
Year of release:2007

Get the MP3 audio for free, download, stream, and share this amazing song with your friends and family. When you share it, you're spreading the goodness and joy of the song. #CeeNaija

DOWNLOAD HERE

Download More SIPHO MAKHABANE Songs Here

Credit for the creation of this outstanding record goes to the skillful Ringo Mkhari, who seamlessly fuses diverse elements to craft a captivating sonic journey. The collaboration between Ringo Mkhari and , produces a seamless synergy that will undoubtedly leave fans yearning for more.

Song Lyrics: Ngiyamemeza by Sipho Makhabane

Sengiyamemeza eAfrica nkosi yami
Ngithi zwela thina nkosi yami
Baningi nkosi emhlabeni
Bayaswela nkosi yami
Baswela nendawo zokulala

Ezikhona ziya awu nkosi yami
Ziyawa futhi ziyadilika
Sala usizwela nkosi yami
Phendula thina zigcwel' izintandane emhlabeni

Umalishona nkosi yami (umalishon' ilanga)
Umalishona ilanga nkosi yami (abazi bolalaphi na)
Futhi umaliphum' ilanga (umaliphum' ilanga)
Futhi umaliphum' ilanga nkosi yami(abazi bodlani na)

Baba malishon' ilanga (umalishon' ilanga)
Bona abazi abazi bayolalaphi na (abazi bolalaphi na)
Futhi umaliphuma lona (umaliphum' ilanga)
Umaliphum' ilanga nkosi yami(abazi bodlani na)

Izwa nkosi yami imikhuleko
Izwa ukukhala kwethu
Izwa nkosi yami
Yesula nkosi inyembezi
Ngithi izwa nkosi ukukhala kwethu
Izwa nkosi imikhuleko
Zesule nkosi izinyembezi
Phendula nkosi yami sikhala kuwe

Umalishona ilanga (umalishon' ilanga)
Kukhona abazi abazi (abazi bolalaphi na)
Awu nkosi yami kanti futhi umaliphuma (umaliphum' ilanga)
Nkosi yami abazi (abazi bodlani na)

Sebagcwele nkosi yami (umalishon' ilanga)
Yonk' indlela abazi (abazi bolalaphi na)
Balala bemile nkosi yami (umaliphum' ilanga)
Umaliphum' ilanga abazi bona (abazi bodlani na)

Bayaswela nendawo zokulala (umalishon' ilanga)
Umalishona lona abazi (abazi bolalaphi na)
Lakungela baba wami (umaliphum' ilanga)
Nkosi yami (abazi bodlani na)

Baba zwela thina baba zwela thina (umalishon' ilanga)
Jehova izwa thina (abazi bolalaphi na)
Ngiyabakhalela nkosi yami (umaliphum' ilanga)
Bona bathi (abazi bodlani na)

Shwele nkosi yami (umalishon' ilanga)
Hayi bayaswela abntwana (abazi bolalaphi na)
Kugcwel' usizi nkosi yami (umaliphum' ilanga)
Abazi (abazi bodlani na)

Hayi he Africa (umalishon' ilanga)
Hezi he Africa (abazi bolalaphi na)
Ngikhala ngama Africa (umaliphum' ilanga)
Bayaswela nkosi yami (abazi bodlani na)

Ngisho eAfrica nkosi yami (umalishon' ilanga)
Umalishon' ilanga (abazi bolalaphi na)
Futhi umaliphuma lona (umaliphum' ilanga)
Nkosi yami (abazi bodlani na)

Zwela nkosi yami (umalishon' ilanga)
Zwela thina nkosi yami (abazi bolalaphi na)
Bazwele baba (umaliphum' ilanga)
Phendula nkosi (abazi bodlani na)

Comment below with your feedback and thoughts on this post.