Universal Gospel S’fiso Ncwane – Kulungile (Live at Durban ICC RSA)

S’fiso Ncwane – Kulungile (Live at Durban ICC RSA)

Download Kulungile Mp3 Audio by S’fiso Ncwane

The South African gospel singer and composer S’fiso Ncwane presents to us a compelling song, as this masterpiece is titled “Kulungile (Live at Durban ICC RSA)“. This track, released in 2019 from the album collection titled Kulungile Baba (Live at Durban ICC RSA), is a captivating and inspirational addition to any music enthusiast’s collection. The tune “Kulungile (Live at Durban ICC RSA)” carries a powerful message and a mesmerising melody, making it a must-listen for all. Feel free to stream the mp3, watch the video, and sing along to the heartfelt lyrics.

Artist Name:S’fiso Ncwane
Mp3 Song Title:Kulungile (Live at Durban ICC RSA)
Album:Kulungile Baba (Live at Durban ICC RSA)
Year of release:2019

Get the MP3 audio for free, download, stream, and share this amazing song with your friends and family. When you share it, you’re spreading the goodness and joy of the song. #CeeNaija

DOWNLOAD HERE

Download More S’fiso Ncwane Songs Here

Song Lyrics: Kulungile (Live at Durban ICC RSA) by S’fiso Ncwane

[Intro]
Baba kulungile
Ma kuyintando yakho
Okwenzek’ empilweni zethu.

[Chorus]
Kulungile ke Baba
(Kulungile Baba)
Kulungile ke Baba
eKulungile Somandla
(Kulungile Baba)
Kulungile ke
Eh kulungile makuyintando yakho
(Kulungile ke Baba)
Kulunge konke Somandla.
Eh kulungile ke Baba.
(Kulungile Baba)
Makuyintando yakho Baba
Eh kulungile ke Baba
(Kulungile Baba)
Konke okwenzekayo makuyintando yaKho Somandla.
Ye kulungile ke Somandla, kulungile ke. (Ah)
(Kulungile Baba)

[Verse 1]
Makuyintando yakho ke Somandla,
Konke okwenzekaya empilweni zethu kulungile ke.
Noma kukubi
Noma kukuhle kulungile,
Kodwa makuyintando yakho,
Makuvume wena.
Noma ukholo lwethu belunyakazisa Baba,
Noma imvungu-mvungu zifika,
Kulungile ke
Kulungile ke Somandla
Kulungile makuvume wena
Kulungile oh! (kulungile Baba)
Kulungile ke Baba
Noma kwenzek’izinto ezibuhlungu empilweni zethu
(Kulungile Baba)
Kodwa kulungile
Noma besihlukumeza besihluphel’ukholo lwethu
Ah, (kulungile Baba)
Kulungile ke Baba.
Noma kubuhlungu
Kodwa kulungile.
(Kulungile Baba)
Lalela, ngithi noma kunenkinga laph’ekhaya kodwa ngithi ke,
(Kulungile Baba)
Makuyintando yakhe kulungile ke.
Nom’omakhelwana behlekisa ngawe,
Kodwa makuyintando yakhe,
(Kulungile Baba) kulungile.
Noma sebehleka ngawe,
Behleba ngawe kulungile ke,
(Kulungile Baba) ah,
Ngithi noma umshado wakho ubhidlika laph’ekhaya kodwa Ngithi, (kulungile Baba)
Makuyintando yakhe yena,
Kulungile Baba (kulungile Baba)
Ah kulungile.
Noma umsebenzi usukuphelele
Kodwa makuyintando yakho,
(Kulungile Baba) kulungile ah
Uyazi ulala ungadlile ekhaya,
Kodwa kulungile ke
(Kulungile Baba)
Makuyintando yakho Baba kulungile.
Noma inkinga zikulandela
Kodwa makuyintando yakhe.
(Kulungile Baba)
Mus’ ukukhala
Mus’ukhala usathaane uzojabula.
Eh kulungile Baba (kulungile Baba)
Kulungile Baba.
Kulungile ke Somandla.
(Kulungile Baba)
Makuyintando yaKho Baba.
Baba makuvhume Wena
Ngempilo zethu
Kulungile ke (kulungile Baba)
Kulungile Baba kulungile
(Kulungile Baba)
Ah!
[Outro]
Mus’kukhala, mus’kukhala,
Sul’inyembezi
Ah!

Comment below with your feedback and thoughts on this post.