Gospel Music Rebecca Malope – Bamb ‘Isandla Sam

Rebecca Malope – Bamb ‘Isandla Sam

Download Bamb ‘Isandla Sam Mp3 by Rebecca Malope 

The well-known South African gospel singer, who is popularly known as “The African Queen Of Gospel”, Batsogile Lovederia Rebecca Malope comes with a soul-lifting song which she titles “Bamb ‘Isandla Sam”.

Get Audio Mp3, Stream, Share, and be blessed.

DOWNLOAD HERE

DOWNLOAD MORE REBECCA MALOPE SONGS HERE

Lyrics: Bamb ‘Isandla Sam by Rebecca Malope

Bamb' isandla sami
Ungise ngaphesheya
Nami ngiphuze kulawomanzi
Wothando
Ungibonise uthand' olungapheli
Ezandleni zakho ngoba ngifun' ukuba khona

Oh Yesu wam, ngithembe wena
Ngikwenzele loluthand' olungaka
Onginika lona
Ngiyakuthanda mmm weJesu wami
(Mmm) Emhlabeni alikho uthando
Unembez' uphelil' ebantwini
Omdala akahloniph' omncane
Omncan' akahloniph' omdala

Bamb' isandla sami
Ungise ngaphesheya
(Oh ngaphesheya)
Nami ngiphuze kulawomanzi
(Ngiphuze kulawo manzi)
Wothando (hey wothando)
Ungibonise uthand' olungapheli
(Ngibonis' uthando)
(Oh weJesu) ezandleni zakho
Ngoba ngifun' ukuba khona

Ngiyabonga Jesu wami
Ngothand' olungaka
Namhlanjena usuku lwethu lomshado
Jesu wami, ngifak' indandatho
Emunweni wami (hhhh)
Ngithembis' ukukuthemba njalo
Nsukwini zokuphila kwami (oh Jesu wami)
Ngik'nik' uthand' olungapheli
Ngik'zalele nezingane

Bamb' isandla sami (bamb' isandla sami)
Ungise ngaphesheya
(Oh ngaphesheya)
Nami ngiphuze kulawomanzi
(Ngiphuze kulawomanzi)
Wothando
(Hhay weJesu)
Ungibonise uthand' olungapheli
(Ngibonis' uthando)

(Oh,oh weJesu) ezandleni zakho ngoba Ngifun' ukuba khona
(Kulangif' ukubakhona)
Oh- hey ngiyabonga Jesu wami
Ngothand' olungaka

Oh- ye- ye- ye
Bamb' isandla sami
Ungise ngaphesheya
(Ngiyabonga Jesu)
Nami ngiphuze kulawomanzi
(Ngiyabonga baba)
Wothando
Ungibonise uthand' olungapheli
(Woo weJesu) ezandleni zakho ngoba
Ngifun' ukuba khona
We! Jesu wami, we Jesu, we Jesu

Aye- aye- aye
Bamb' isandla sami
(Oh bambisadla sami)
Ungise ngaphesheya (oh weJesu wami)
Nami ngiphuze kulawomanzi
(Obaba, baba)
Wothando
Ungibonise uthand' olungapheli
(Uthando, oh lungapheli)
Ezandleni zakho ngoba ngifun' ukuba khona
(Kulangifun' ukubakhona)
We Jesu wami, wobambelela njalo

Aye- aye- aye
Bamb' isandla sami
(Bambisandla sami)
Ungise ngaphesheya
Nami ngiphuze kulawomanzi
(Bambi sandla sami)
Wothando (uthando baba)
Ungibonise uthand' olungapheli
(Ngibonisuthando)
(WeJesu wami) ezandleni zakho ngoba
Ngifun' ukuba khona
(Uh yes bambisandla sami)
We Jesu, we Jesu, he- he- haye
We Jesooo

Comment below with your feedback and thoughts on this post.