Gospel Music Ntokozo Mbambo – Edwaleni

Ntokozo Mbambo – Edwaleni

Download Edwaleni Mp3 by Ntokozo Mbambo

Heres a live blessing song from the multiple award-winning South African Gospel songstress, Ntokozo’s songs has always blessed lives in many ways and still blessing lives today, She brings to us this song and calls it “Edwaleni”.

Get Audio Mp3, Stream, Share, and be blessed.

DOWNLOAD HERE

DOWNLOAD MORE NTOKOZO MBAMBO SONGS HERE

Lyrics: Edwaleni by Ntokozo Mbambo

Yiza nkosi ukukhala kwami
Lalela umthandazo wami
Yiba nomusa nesihe kimi
Ngibuyise ngothando lwakho
Yiza nkosi ukukhala kwami
Lalela umthandazo wami
Yiba nomusa nesihe kimi
Ngibuyise ngothando lwakho

Ngiholele eDwaleni
Eliphakeme kunami (Siphephelo)
Siphephe (Sami)
Oh oh oh sami

Ngiyacela jesu
Mangisondezwe kuwe
Sithandwa
Somphefumlo

Siphephelo sami ngaba yami
Thixo engimethembayo
Umi njalo phakade (Awuguki)
Ubusa ngunaphakade

Siphephelo sami ngaba yami
Thixo engimethembayo
Umi njalo phakade awuguki
Ubusa ngunaphakade

Ngiholele eDwaleni
Eliphakeme kunami (Siphephelo)
Siphephe (Sami)
Oh oh oh sami

Ngiyacela jesu
Mangisondezwe kuwe
Sithandwa
Somphefumlo

Ngiholele eDwaleni
Eliphakeme kunami (Siphephelo)
Siphephe
Oh oh oh sami

Ngiyacela jesu
Mangisondezwe kuwe
Sithandwa
Somphefumlo

Ngiyacela jesu
Mangisondezwe kuwe
Sithandwa
Somphefumlo

Ngiyacela jesu
Mangisondezwe kuwe
Sithandwa
Somphefumlo

Share Your Thoughts below