Gospel Global Joyous Celebration – Ngokulandele Msindisi

Joyous Celebration – Ngokulandele Msindisi

Download Ngokulandele Msindisi Mp3 by Joyous Celebration

Here’s another live performance by the South African Christian music praise team whose songs have always been a blessing to lives “Joyous Celebration“ titled “Ngokulandele Msindisi”.

Download Audio Mp3, Stream, Share to friends and family, and stay graced.

DOWNLOAD HERE

DOWNLOAD MORE JOYOUS CELEBRATION SONGS HERE

Lyrics: Ngokulandele Msindisi by Joyous Celebration

Ngokulandela Msindisi kuzo zonk’izinsizi
Laph’ukhona ngolandela, yebo ngizolandela
Ngokulandela Msindisi wen’owachith’igazi
Noma bonke bekudela ngomsa ngizolandela
Nom’indlela inameva njengolwandle lugubha
Wayihamba leyo ndlela ngakho ngizolandela
Ngokulandela Msindisi wen’owachith’igazi
Noma bonke bekudela ngomsa ngizolandela
Naku’zonk’izinhlupheko noma ngilingwa ngazo
Nkosi walingwa impela ngakho ngizolandela
Ngokulandela Msindisi wen’owachith’igazi
Noma bonke bekudela ngomsa ngizolandela
Nom’iJordan’ebilayo ingeyesabekayo
Lokhu Wena wayiwela nami ngizolandela
Ngokulandela Msindisi wen’owachith’igazi
Noma bonke bekudela ngomsa ngizolandela
Ungihol’ezinhlungwini nakhona ebumpofini
Wahlushwa waze wadelwa nokho ngizolandela
Ngokulandela Msindisi wen’owachith’igazi
Noma bonke bekudela ngomsa ngizolandela
Ngokulandela Msindisi wen’owachith’igazi
Noma bonke bekudela ngomsa ngizolandela
Ngokulandela Msindisi wen’owachith’igazi
Noma bonke bekudela ngomsa ngizolandela
Ngokulandela Msindisi wen’owachith’igazi
Noma bonke bekudela ngomsa ngizolandela

Drop some comment below about what you think about this post!