
Download Nginguthandiwe Mp3 by Thinah Zungu
A soul-lifting song performed by the African Christian/Gospel worshipper, minister, and song writer โThinah Zunguโ, as this one is titled โNginguthandiweโ. This song is sure to bless your heart and uplift your spirit.
Download Audio Mp3, Stream, Share, and be blessed
DOWNLOAD MORE THINAH ZUNGU SONGS HERE
You May Also Like: ๐๐ฝ
Lyrics: Nginguthandiwe by Thinah Zungu
Ngenzelwโinceba nje
Ngifumenโumusa
Ngase ngiphiwa igama elisha
Nginguthandiwe
Hayi ngoba ngingcono (Ngenzelwโinceba nje)
Hayi ngoba ngenze kahle (Ngifumenโumusa)
Ukuthi nje ngithandiwe (Ngase ngiphiwa igama elisha)
Hayi uthandiwe (Nginguthandiwe)
Hayi ngoba ngingcwele (Ngenzelwโinceba nje)
Nami ngiyahluleka endleleni (Ngifumenโumusa)
Ukuthi nje ngithandiwe (Ngase ngiphiwa igama elisha)
Hayi uthandiwe (Nginguthandiwe)
Nami nginamaphutha ami (Ngenzelwโinceba nje)
Kodwa inkosi ayingibaleli wona (Ngifumenโumusa)
Ngithandiwe (Ngase ngiphiwa igama elisha)
Hayi uthandiwe (Nginguthandiwe)
Sikhathi eside
Bengihlupheka
Bebengihleka
Nengazalwa nabo
Bengifuna uthando nje
Kodwa ngatholโokungaphezulu kwalo
Ngaze ngaphiwa negama elisha yeah
Ngingithandiwe
Ningibona ngila (Ngenzelwโinceba nje)
Hayi ngoba ngingcono (Ngifumenโumusa)
Ngiphiwe igama elisha (Ngase ngiphiwa igama elisha)
Ngithandiwe emazulwini (Nginguthandiwe)
Ngithandwe nokwehluleka kwami (Ngenzelwโinceba nje)
Langibhekโizulu ke (Ngifumenโumusa)
Ngithandiwe ngithandiwe (Ngase ngiphiwa igama elisha)
Ayi ngithandiwe (Nginguthandiwe)
Ngithandwe ngingena mali ke (Ngenzelwโinceba nje)
Ngithandwe ngibuthakathaka (Ngifumenโumusa)
Ngithandiwe emazulwini (Ngase ngiphiwa igama elisha)
Oh ngithandiwe (Nginguthandiwe)
Ngithandwe ngingena mali ke (Ngenzelwโinceba nje)
Ngithandiwe ngihlupheka nje (Ngifumenโumusa)
Oh ohh (Ngase ngiphiwa igama elisha)
Oh ngithandiwe (Nginguthandiwe)
Intoni iqhawe elinamandla ke
Hamba ngalamandla onikiwe wona
Yiza noba unovalo ke baba
Kodwa uyafuneka empini
Laze lakuthanda izulu
Laze lakunika amandla amasha ke
Waze waphiwa negama elisha
Ungu thandiwe
Uthandiwe emazulwini (Ngenzelwโinceba nje)
Uthandiwe noba ubuthakathaka (Ngifumenโumusa)
Uyakuthanda uJesu (Ngase ngiphiwa igama elisha)
Hayi wena uthandiwe (Nginguthandiwe)
Nami ngithandwe ngihluleka mina (Ngenzelwโinceba nje)
Langithanda izulu ke (Ngifumenโumusa)
Hayi ngoba ngingcono (Ngase ngiphiwa igama elisha)
Ukuthi ngithandiwe (Nginguthandiwe)
Ngithandiwe (Ngifumenโumusa)
Ngithandiwe emazulwini (Ngase ngiphiwa igama elisha)
Nawe ungathandwa ngalo musa (Nginguthandiwe)
UJesu ukhona
Jesu uyakuthanda (Ngenzelwโinceba nje)
(Ngifumenโumusa)
Ngithandiwe (Ngase ngiphiwa igama elisha)
Nawe uthandiwe (Nginguthandiwe)