Gospel Music Nigerian Gospel Songs DOWNLOAD: Spirit Of Praise – Ekugcineni Ft. Thinah Zungu

DOWNLOAD: Spirit Of Praise – Ekugcineni Ft. Thinah Zungu

Right from the stable of “Spirittunez”, this song is birthed and was performed by afthey feature on this on, It is titled “EKUGCINENI”.

Lyrics of “Ekugcineni” by

[Chorus]
Ekugcineni ngize ngahleka nami
Ekugcineni ngize ngajabula nami
Bengithi ngofela lapha
Bengithi kohlala kunjena
Ekugcineni ngize ngaleka nam
[repeat]
.
Namahla nkos’ impela ngaymangala
Njal’ uma ngibhek emuva
Kube wena wawungekho
Ngabe ngafela’ endleleni
Mangibuk’ izim’ eng’dlule kuzo
Mangibhek’ inhluphek’ ongkhiphe kuyo
Ngang’ngazi ekugcineni
Nami ngojabula, nami
Wangenz’ umunt’ uJesu
.
[chorus – leading]
Phakathi kwabezizwe
Waphakamis’ igama lami
Wangenz’ umuntu x2
Ngyabonga Jesu
Kulenhlupheko ebengikuyo
Ngang’ngazi ngophuma nami
Ow ekugcineni baba wam
Bengazi nami ngojabula ngeny’ imini
Ekugcineni
Ngahleka nami x2
.
Phela nam njengo baba
Wayengazi ukuth’ uyophuma kulowo mgodi
Njengo Ba** impuputhe
Wayengazi nge;ny’ ilang’ uyoona
Njengesishosha echibini
Sasingazi naso sohamba
Kodwa sathwal’ uhlaka lwaso
Sahamba x2
Simemeza sithi…

Download Mp3, Stream, Share and remain blessed.

Drop some comment below about what you think about this post!