Download Ngaphesheya Mp3 byย Joyous Celebration
DOWNLOAD MORE JOYOUS CELEBRATION SONGS HERE
You May Like These Too ๐ฅ
Lyrics: Ngaphesheya byย Joyous Celebration
๐ต Are you a gospel artist? Get your song featured on CeeNaijaReach millions of gospel music lovers
PromoteNgomusa Wakh’omkhulu uyosiholela
Embusweni weZulu ngaphesheya
Nom’indlela Yakhe idin’umntanakhe
Ngiy’ekhaya Lakhe ngaphesheya
Ngaphesheya
Ngaphesheya
Siyakuphumula
Siyakujabula
Ngaphesheya
Ngaphesheya
Nxa sifik’ezweni ngaphesheya
Nom’usiholela nasehlan’elibi
Wosiphumisela ngaphesheya
Mlilo ukhanyisa nefu lisithisa
Konkhe kusiyisa ngaphesheya
Ngaphesheya
Ngaphesheya
Siyakuphumula khona (Siyakuphumula)
Siyakujabula futhi (Siyakujabula)
Ngaphesheya
Ngaphesheya
Nxa sifik’ezweni ngaphesheya
Sesithemba sithi uyosiholela
Size kwelakithi ngaphesheya
Jesu wosophula mhla sowela umfula
Khona sizocula ngaphesheya
Ngaphesheya
Ngaphesheya
Siyakujabula khona (Siyakuphumula)
Siyakuphumula futhi khona (Siyakujabula)
Ngaphesheya
Ngaphesheya
Nxa sifik’ezweni ngaphesheya
Ngaphesheya (Ngaphesheya)
Ngaphesheya (Ngaphesheya)
Siyakuphumula khona (Siyakuphumula)
Siyakujabula futhi (Siyakujabula)
Ngaphesheya
Ngaphesheya
Nxa sifik’ezweni ngaphesheya
Ngaphesheya
Ngaphesheya
Siyakuphumula khona (Siyakuphumula)
Siyakujabula futhi (Siyakujabula)
Ngaphesheya
Ngaphesheya
Nxa sifik’ezweni ngaphesheya
Ngaphesheya
Ngaphesheya
Siyakuphumula khona (Siyakuphumula)
Siyakujabula futhi (Siyakujabula)
Ngaphesheya
Ngaphesheya
๐ All songs and media on this page are shared for gospel promotion purposes only. All rights belong to the respective artists and labels. If you are the rights holder and wish content removed, please read our DMCA & Copyright Policy or submit a takedown request here.